No More Queues: KZN Launches SA’s First Real-Time State Property Portal

By Siphumelele Msomi PIETERMARITZBURG – The days of queuing outside a public works office to get information about a state property are over, Deputy Minister of Trade, Industry and Competition John Steenhuisen said on Tuesday at the launch of KwaZulu-Natal’s Government Property Finder Portal. The portal, launched by KZN Public Works and Infrastructure MEC Martin […]

Continue Reading

R70m itshalwe ekuthuthukisweni kabusha kweGolden Mile eThekwini

Ngo: Motshwari Mofokeng (ONN) Umasipala weTheku usumemezele igxathu elikhulu elihlose ukuvuselela iGolden Mile, njengoba sekutholakale imali engaphezu kuka-R70 million yokuthuthukisa indawo eseduze nolwandle. Lesi simemezelo size ngesikhathi ibhizinisi lendawo libhekene nezinselelo, kulandela ukuvalwa kweSurf Riders Café ngesonto eledlule, kanye nesitolo sezimpahla zokuntweza iXpression kuleli sonto. Eminyakeni edlule, ezinye izindawo ezidumile kule ndawo ziye zavalwa, zasuka […]

Continue Reading

Uhlelo oludidiyelwe lokuxazulula inkinga yamanzi eThekwini.

UMnz Cyril Xaba oyiMeya yeTheku ubenesithangami sabezindaba lapho echaze ngokhona ngesabelo mali ekuvinyelwene ngaso emhlanganweni wokugcima womkhandlu. Ube esechaza ukuthi inkinga yengqalasizinda iqale ngesikhathi sezikhukhu ezihlasele lelidolobho eminyakeni eyedlule. Uqhube wathi enye ingqalasizinda isindala kakhulu ngakhoke kumele ifakwe kabusha kushintshwe namapayipi amadala iningi lawo kungaka bhestazi kufakwe amasha akhiwe ngo plasithiki. Ebeka umhlahlandlela wokuya phambi […]

Continue Reading

Idolobha iTheku selinenkampani yalo ngqo kamasipala ezokwakha ilungise izindlu

Njengoba iTheku libhekene nenselelo yamabhilidi noma izakhiwo eziwohlokayo futhi, linenkinga yezindawo zokwakhela ubantu izindlu selinqume ukubhalisa inkampani kamaspala nqqo ezokwenza umsebenzi wokwakha nokulungusa izakhiwo maphakathi nedolobha. Ekhuluma kwisithangami sabezindaba uMnz Cyril Xaba oyiMeya yeTheku, uthe bathathe isinqumo sokuthi basungule inkampani yomkhandlu ebizwa ngokuthi Inner City Development Company ezosebenzisa ulwazi olunzulu labasebenzi bakahulumeni ukulungisa amabhilidi noma […]

Continue Reading

FORENSIC REPORT RECOMMENDS CRIMINAL PROSECUTION OF BHEKI CELE

By Motshwari Mofokeng (ONN) A police forensic investigation has reportedly recommended that former Police Minister Bheki Cele face criminal prosecution over alleged unlawful benefits linked to controversial businessman Vusimusi “Cat” Matlala. According to the Sunday Times, a 370-page report compiled by SAPS Internal Audit and Risk and Integrity Management investigators examined financial records, communications and […]

Continue Reading

Liyaphela ibhidili elakhelwe amaphara ngumasipala weTheku.

Ngenkathi uMnz Cyril Xaba enesithangami sabezindaba namuhla eThekwini, nalapho ebechaza ngesixazululo senkinga yokuphela kwamanzi, ube esebuzwa ngezinhle zeTheku zokubhekana nabantu abahlala emgwaqeni nababizwa ngamaPhara. Ephendula , uthe bona njengomasipala weTheku sebehambe phambili ukubhekana ngqo nalenselelo ngokuthi bakhe ikhaya lapho amaPhara ezohlala khona okwesikhasha ngenkathi esuswa emgwaqeni. Lesisakhiwo esibizwa ngokuthi i-Sakhithemba Homeless Shelter sakhiwa endaweni yaseLovu […]

Continue Reading