Inkomfa yezobuxhakaxhaka nezobuchwepheshe ye GovTech 2026 eThekwini
Ngo Malcolm Hlongwane Impilo yemihlangemihla, nomhlaba wonke imbala usuncike kakhulu kwezobuxhakaxhaka nobuchwepheshe kwezokuxhumana. Lukhu kwenza izinto zishintshe kakhulu njengoba yonke into isincike kuloluhlelo. Ubuhlakani bokwakhiwa (Artificial Intellegence) buhamba phambili ezikoleni, emabhizinisi, ngisho nakwezilimo imbala ngokusebenza kwamarobhoti oluthe chithi saka nokusetshenziswa khona ubuchwepheshe bama “Drones”. Kwenzeka nje lokhu okuningi okusebenza lapha eNingizimu Afrika akwakhiwa khona kodwa […]
Continue Reading