Kubanjwe isitolo sabokufika inkunzi kuyohlonye enkabeni yeTheku
Namuhla emini bebebade abantu abebezihambela abanye bethenga edolobheni kuphoqeleke ukuthi babaleke nezimpilo zabona ngenkathi kuqhuma izulu lezandla, inganono ngenkathi kubanjwa inkunzi kwisitolo sabokufika esibizwa ngokuthi Feni Supermarkef ngezikhathi zika 13h00 emini. Ngenkathi ephuma kulesisitolo lamadoda aphume ephethe isijumbana nesisolakala ukuthi besinemali. Kwesinye isandla abephethe izibhamu nokubalekise kakhu abantu Agijime angena emotweni ebikade iwalindile buhlebuduze nerobhoti […]
Continue Reading