Omama Bahlangane Ngothando Ekugubheni Isonto Lokuncelisa: “Ubisi Lukamama Luyisipho Sokuqala Sengane”

By Nompilo Shezi Kube usuku olugcwele injabulo, izinyembezi zenjabulo nethemba ezikhungweni zezempilo eKwaZulu-Natali njengoba amakhulu omama behlangane emcimbini we-Synchronised Breastfeeding Hour wokugubha iSonto Lomhlaba Lokuncelisa. Ngalesi sikhathi, omama bancelise izingane zabo ngesikhathi esisodwa ukukhombisa ukubaluleka kokuncelisa nokunika izingane isiqalo esihle empilweni.Abanye omama bathe lo mcimbi ubakhuthazile, wabakhumbuza ukuthi uthando lomama luqala ngokuncelisa. UNgqongqoshe Wezempilo KwaZulu-Natal, […]

Continue Reading

BREAKING NEWS | ETHEKWINI MUNICIPALITY RESPONDS TO FATAL WATER TANKER INCIDENT

By Motshwari Mofokeng A young child tragically lost their life after allegedly being struck by an eThekwini Municipality water tanker in Ward 96, Adams Mission, south of Durban, on Monday morning. The South African Police Service has opened an investigation into the circumstances surrounding the incident. In a statement, the eThekwini Municipality expressed its condolences […]

Continue Reading

Intsha YaKwaZulu-Natal Ikhuthazwa Ukuziphilisa Ngokufuya

BY Malcolm Hlongwane IzinhlanziKLAARWATER, eTHEKWINI – Intsha yaseKwaZulu-Natal ithole ithuba lokuvulelwa amehlo ngamathuba omnotho akhona emkhakheni wokufuya izinhlanzi ngesikhathi ivakashele ipulazi lokufuya izinhlanzi eKlaarwater (eNsizwakazi), ngenhloso yokuyihlomisa ngolwazi namakhono angayisiza ukuthi izimele. Lolu hambo beluhlelwe ngokubambisana noMnyango Wezamahlathi, Izinhlanzi Nezemvelo, obumelwe nguNkz Primrose Lelbubye kanye noNkz Maxcine Kater. Lolu hlelo luhlose ukukhuthaza intsha ukuthi ibheke […]

Continue Reading

ActionSA Intensifies Voter Registration Drive Across eThekwini

By Motshwari Mofokeng ActionSA KwaZulu-Natal Provincial Chairperson Zwakele Mncwango spent the voter registration weekend visiting several voting stations in Umlazi Ward 81, Inanda and KwaMashu as the party intensified its campaign ahead of the 4 November 2026 Local Government Elections. Mncwango said the party had covered a significant number of voting districts (VDs) during the […]

Continue Reading

ICMA Inqamule Ubudlelwano Ne-ASA ne-KZNA Njengoba Ilungiselela Iminyaka Eyi-100 YeComrades Marathon

By Malcolm Hlongwane Ibhodi le-Comrades Marathon Association (CMA) limemezele ukuthi selinqamule ngokusemthethweni ubudlelwano balo ne-Athletics South Africa (ASA) kanye ne-KwaZulu-Natal Athletics (KZNA), kulandela umhlangano ophuthumayo obubanjwe ngoMgqibelo. Lesi sinqumo siza ngesikhathi iComrades Marathon ilungiselela ukugubha iminyaka eyikhulu yasungulwa ngo-2027, okuyisigameko esizobe siyingqophamlando emjahweni odume umhlaba wonke. Ngokwesitatimende sebhodi le-CMA, ubudlelwano buqediwe ngenxa yokuthi izinhlangano zombili […]

Continue Reading

KwaHluzingqondo High School Iqopha Umlando Ngokuhanjelwa OwayenguSomkhathi we-NASA

By Malcolm Hlongwane Isikole iKwaHluzingqondo High School, esiseMahlongwa ngaphansi kukaMasipala waseMdoni esifundeni uGu, siqophe umlando ngesikhathi sihambele uSuku Lwamakhono Akhethekile oluhanjelwe owayenguSomkhathi we-NASA, uDottie Metcalf-Lindenburger, kanye nesikhulu esimele uhulumeni waseMelika eNingizimu Afrika. Ukuvakasha kwalezi zikhulu ezisezingeni lomhlaba kugqamise ukubaluleka kokubambisana phakathi kwamazwe kanye nokuzinikela kwesikole ekuthuthukiseni imfundo yezesayensi, ubuchwepheshe, ezobunjiniyela kanye nezibalo (STEM). Izivakashi zikhuthaze […]

Continue Reading

Entrepreneurs Pitch for Funding at Purposefully Influencing Awards Networking Event

By Mamello Nhlapo Entrepreneurs, fashion designers and content creators came together in Durban for the Purposefully Influencing Awards Media Networking Event, where small business owners pitched their businesses for funding and creatives showcased their work ahead of the annual awards. Hosted in collaboration with Pepita Media, the event created a platform for entrepreneurs to connect […]

Continue Reading