Ziveze: Somfana Cele Ward 26 & 28 eThekwini Municipality

1. LAPHO NGIDABUKA KHONA Amagama ami aphelele ngingu Nkosinathi Emmanuel AKA Somfana Cele. Ngidabuka eMandeni esigodini saseMatsheketsheni, ngaphansi kweNduna uMathonsi. Ngifike eThekwini cishe 23 years ago. 2. IGAMA LIKASOMFANA Igama likaSomfana lisukela kuBaba ongizalayo osembonini yamatekisi omdala eMandeni, one of the founders bomsebenzi wemboni yamatekisi. Waduma ngokubhala izimoto zakhe zokuthutha umphakathi ngokuthi Kanjalo Somfana, abantu […]

Continue Reading