Azibuyele emasisweni ngamaHubo ka Gogo

By Malcolm Hlongwane Umculi ozenzele idumela ngokuziphumela phambili kumculo wokholo, ngokukonyeliswa ngezindondo u Brenda Mtambo uthi azibuyele emasisweni ngokuqopha bukhoma icwecwe lakhe elithi Amahubo ka Gogo ngaphansi kwesitebele iBusa Music. Lomcimbi wokuqopha ozokuba sePlayhouse eThekwini mhlazane ziyi 15 Agasti 2026, uza ngesikhathi iNingizimu Afrika ibungaza inyanga yabantu besifazane abamashela umthetho wamapasi iningi labo asebengo Gogo […]

Continue Reading

Uthole ithuba lokucijwa ngamakhono ezokwakha umpakathi wase Hammarsdale

By Malcolm Hlongwane Njengoba izwe laseNinguzimu Afrika lichitha isabelomali esikhulu kumkhakha wezokwakha eliqonde ngawo ukuqinisekisa ukulungiswa kwengqalasizinda. Umphakathi wasezindaweni eziningi ubonakala usala ngaphandle ngenxa yokungabi nawo amakhono ezokwakha. Izikhalo eziningi zokingawatholi amathuba omsebenzi ziyaye ziqhamuke kubantu basezindaweni ekulethwa kuzo imisebenzi kodwa kulethwe abantu abanama khono abaqhamuka kwezinye izindawo. Lokhu kuyaye kudale ukumiswa kwamaprojethi okuthuthukisa imiphakathi. […]

Continue Reading

Intsha YaKwaZulu-Natal Ikhuthazwa Ukuziphilisa Ngokufuya

BY Malcolm Hlongwane IzinhlanziKLAARWATER, eTHEKWINI – Intsha yaseKwaZulu-Natal ithole ithuba lokuvulelwa amehlo ngamathuba omnotho akhona emkhakheni wokufuya izinhlanzi ngesikhathi ivakashele ipulazi lokufuya izinhlanzi eKlaarwater (eNsizwakazi), ngenhloso yokuyihlomisa ngolwazi namakhono angayisiza ukuthi izimele. Lolu hambo beluhlelwe ngokubambisana noMnyango Wezamahlathi, Izinhlanzi Nezemvelo, obumelwe nguNkz Primrose Lelbubye kanye noNkz Maxcine Kater. Lolu hlelo luhlose ukukhuthaza intsha ukuthi ibheke […]

Continue Reading

ICMA Inqamule Ubudlelwano Ne-ASA ne-KZNA Njengoba Ilungiselela Iminyaka Eyi-100 YeComrades Marathon

By Malcolm Hlongwane Ibhodi le-Comrades Marathon Association (CMA) limemezele ukuthi selinqamule ngokusemthethweni ubudlelwano balo ne-Athletics South Africa (ASA) kanye ne-KwaZulu-Natal Athletics (KZNA), kulandela umhlangano ophuthumayo obubanjwe ngoMgqibelo. Lesi sinqumo siza ngesikhathi iComrades Marathon ilungiselela ukugubha iminyaka eyikhulu yasungulwa ngo-2027, okuyisigameko esizobe siyingqophamlando emjahweni odume umhlaba wonke. Ngokwesitatimende sebhodi le-CMA, ubudlelwano buqediwe ngenxa yokuthi izinhlangano zombili […]

Continue Reading

KwaHluzingqondo High School Iqopha Umlando Ngokuhanjelwa OwayenguSomkhathi we-NASA

By Malcolm Hlongwane Isikole iKwaHluzingqondo High School, esiseMahlongwa ngaphansi kukaMasipala waseMdoni esifundeni uGu, siqophe umlando ngesikhathi sihambele uSuku Lwamakhono Akhethekile oluhanjelwe owayenguSomkhathi we-NASA, uDottie Metcalf-Lindenburger, kanye nesikhulu esimele uhulumeni waseMelika eNingizimu Afrika. Ukuvakasha kwalezi zikhulu ezisezingeni lomhlaba kugqamise ukubaluleka kokubambisana phakathi kwamazwe kanye nokuzinikela kwesikole ekuthuthukiseni imfundo yezesayensi, ubuchwepheshe, ezobunjiniyela kanye nezibalo (STEM). Izivakashi zikhuthaze […]

Continue Reading

Temporary Homes Bring Relief to Flood Victims as Credit Dispute Emerges Between Ward Councillor and eThekwini Mayor

By Malcolm Hlongwane Flood victims in Ntshongweni, Ward 7, have welcomed their relocation to temporary homes, ending months of living in unsafe shacks that were damaged by severe flooding. However, the handover of the homes was overshadowed by a disagreement over who should receive credit for the project.The visit formed part of eThekwini Mayor Cyril […]

Continue Reading

CHATSWORTH FACTORY FIRE CAUSES EXTENSIVE DAMAGE AS FIREFIGHTERS PREVENT MAJOR DISASTER

By Malcolm Hlongwane A major factory fire in Chatsworth was brought under control by eThekwini Municipality’s Fire and Emergency Services in the early hours of Saturday, preventing the blaze from spreading to nearby properties. Firefighters were dispatched at approximately 03:58 to a reported fire at 675 Sunset Avenue in Chatsworth. On arrival, emergency crews found […]

Continue Reading

UNISA Memorial Lecture Sparks Debate Over Transformation and Local Representation

Story By Malcolm Hlongwane The University of South Africa (UNISA) has honoured the late Professor Simiso Nkwanyana during its fourth Simiso Nkwanyana Memorial Lecture, celebrating his contribution to higher education and intellectual development. However, the event comes at a time of growing public debate over the role of foreign nationals in South Africa’s universities. Across […]

Continue Reading

INANDA CLEAN-UP OPERATION RESULTS IN 19 ARRESTS AND R93 000 IN FINES

By Malcolm Hlongwane An eThekwini Municipality clean-up operation in Inanda’s Ward 55 has resulted in the arrest of 19 undocumented foreign nationals, the issuing of R93 000 in fines, and the seizure of illicit cigarettes. The four-day Operation Good Hope blitz, conducted from 20 to 23 July, targeted illegal trading, by-law violations and immigration-related offences. […]

Continue Reading