.

Malcolm Hlongwane
Ibhodi le- Ithala Development Finance Corporation (IDFC) ihlole izizinda zayo
zokukhiqiza imikhinqizo yokuhlanza ezindlini nesezimbonini zezimoto.
Ibhodi le Ithala Development Finance Corporation (IDFC) libe nochungechungelohambo lokuhlola izizinda zalo ezifundisa futhi zikhiqize ama imikhiqizo eyahlukene yokuhlanza ezindlini neyokuhlanza ezimbonini zezimoto eThewkini namaphethelo.
Loluhlelo lwe Ithala Development Finance Corporation (IDFC) lingokubambisa noMnyango Wezokuthuthukiswa Komnotho, Ezokuvakasha NezeMvelona lapho (KwaZulu Natal) okuyiwo lomnyango otshala izimali bese kuthi IDFC izisebenziseekukhiqizeni nasekuthuthukiseni amakhono osomabhizinisi abasafufusa (SMMEs)kanye nemifelandawonye (Cooperatives).
Kuloluhlelo IDFC isebenzisa imali eyithole kuloMnyango ukuxhasa imikhiqizoekhiqizwa ezindaweni zayo IDFC. Echaza ngeqhaza labo uMnz K.E Mpungose nongu-sihlalo webhodi uthe iqhaza labo ukutshala izimali ezimbonini ezikhiqizayo ezindaweni zabo, bese belandelela ukusebenza kwazo kanye nomsebenzi owenziwa ngemaliyoMnango kanye nemiphumela yakhona.
Izizinda ezihanjelwe namuhla ngaphansi koMkhandlu weTheku kube iKwMashu SME Park nalapho kukhona iKwaMashu Detergent Centre nenesikhungo esibizwa ngokuthi VULA DETERGENT CENTRE. Lesi sikhungo sesibekhona futhi sisebenza kusukela ngonyaka ka 2022 kanti sesikhiqize osozimboni abangamakhulu -237, kanti kusolesisibalo abayikhulu -164 bangafesifazane kulaba abangamashumi ayi-81 ulusha.kuhlale obala ukuthi iningi labantu abaqeqeshwa lapha ngabesifazane kodwa isibalosabantu abasha abaqeqeshwayo kanye nesabantu abaphila ngokukhubazeka sincaneKakhulu nokukhalise ibhodi kanye nabezindaba ngo ngokomthetho olawula ukuqeqesha amakhono kumele inani Labantu basha libe phezulu lulandelwe intsha kungcine abantu abaphila nokukhubazeka.
Echaza kabanzi ngoqeqesho.lwabo umphathi wesikhungo okungu Mnz Matthew Spetzman ukubeke kwacaca ukuthi banezingqinamba ezinkulu ekuheheni intsha kanye nabantu abaphila nokukhubazeka ukuthi beze bazongena kuloluqeqesho. Ukubhekana nalesi simo sebexhumene ne National Youth Development Agency (NYDA) ukuze ibatholele abantu abasha. Ukunyusa isibalo sabantu abaphila nokukhubazeka bazoxhumana nenhlangano ye Disable People of South Africa.
Engenelela kwezezimakethe uMnz S.I Mbhele (oyilunga lebhodi ugqugquzele ukuthikuvulwe izimakethe zokudayisa imikhiqizo, ubesethi lesisikhungo kumele zixoxisane nabemboni yamatekisi neholwa ngu SANTACO ukuze imikhiqizo idayiseke kahle ukuze nosmabhizinisi abayikhiqizayo bakwa ukwenza inzuzo.
Ibhodili libe selidlulela kwesinye isikhungo esifana nasolesi esiKwaMashu,kodwa sonasise Gamalakhe ePortshepstpne esibizwa ngokuthi i-Gamalakhe Detergent Centre. Lesi sikhungo sisha sha kodwa nasosizolwenza umsebenzi ofanayo. Loluhambo lebhodiAlugcini lapha kuphela njengo kusazohanjelwa nezinye izindawo ezinaloluhleesingabala Isithebe and Empangeni (Mandeni Bulk Buying Centre and EsikhawiniDetergent Centre) and Madadeni Detergent Centre.
What do you feel about this post?
Like
Love
Happy
Haha
Sad
