Kugunjwe usuku lwezingane ezizalwe ngaphambi kwesikhathi e-Addington.

By Malcolm Hlongwane Isibhedlela i-Addington eThekwini sihlanganise abasebenzi bezempilo, abazali kanye nemindeni ukuze bagubhe uSuku lomhlaba Lwabantwana Abazalwa Ngaphambi Kwesikhathi luka-2026 (World Prematurity Day 2026), lapha bebungaza amandla abantwana abazalwa ngaphambi kwesikhathi kanye nokuzinikela kwalabo abasebenza ngokungakhathali ukubanika ithuba lokuphila. Lo mcimbi, obuhlelwe ngaphansi koPhiko Lokunakekela Izingane Ezisanda Kuzalwa Ezidinga Ukubhekwa Ngokukhethekile (NICU), oluholwa ngu- […]

Continue Reading